I-amandla .mobi ayisebenzeli ukuholwa ngamalunga ayo nje kuphela, ihlose ukuxhaswa amalunga ayo futhi. Ukuze sigcine ukuzimela kwethu, kanye nokuziphendulela kumalunga ethu, sisebenza kanzima ukuthi unyaka nonyaka sikhula sixhaswe ngamalunga ethu hhayi abaxhasi abakhulu. Siphezu kohlelo lokuthi ingxenye enkulu yemali esiyithola ngokuxhaswa, kube imali ephuma kubantu abajwayelekile ngonyaka ka2020. Kungaba umnikelo we-airtime ka-R5, noma kube umnikelo ophinda nyanga zonke ka-R1000. I-amandla .mobi iphokophela abaholi bezinkampani, abezindaba, uhulumeni kanye nezikhungo zomphakathi, amaqembu ezopolitiki kanye nezinye izikhungo ukuze sikwazi ukuthi sikhululeke futhi sizimele ekuphonseni inselelo kwiziphathimandla.
Phezu kweminikelo emincane evela kumalunga ethu ukuze sikwazi ukuqala inhlangano, siyesenza ucwaningo saphinda safaka izicelo zemali ezinhlanganweni ezihambiselana namagugu ethu.
Imali enikelwe ngo-2018:
Imali enikelwe ngo-2017:
Foundation for Human Rights
Brot für die Welt
Potter Foundation
Making All Voices Count (HIVOS)
DG Murray Trust
Open Society Foundation
Campaign for Tobacco Free Kids
Heinrich Boll Foundation
Oxfam South Africa
Imali enikelwe ngo-2016:
Brot für die Welt
Bertha Foundation
Potter Foundation
DG Murray Trust
Heinrich Boll Foundation
Open Society Foundation
Imali enikelwe ngo-2015:
Bertha Foundation
Making All Voices Count
Campact
Imali enikelwe ngo-2014:
Indigo Trust
Bertha Foundation
Global Green Grants
Sisabonisana ngezinye zezicelo zemali, futhi sizomane sibuyekeza leli-page uma sesiqinikesile ngalezi zicelo. I-amandla .mobi iphinde ithole iminikelo ephuma ebantwini.
Kugcine ukubuyekezwa ngo: 16 April 2018